Phrinta

Ukusebenzisa iziqondiso zohlelo

Ungazithola ngokushesha izinhlelo ozithandayo.

  1. Cindezela inkinobho GUIDE ukuze uveze uhlu lwezinhlelo.
  2. Khetha uhlelo ozolubuka.
    Imininingwane yohlelo iveziwe.
  3. Khetha [Buka] ukuze ubuke uhlelo.

Ukuswisha isiqondiso sohlelo

Ungaswisha isiqondiso sohlelo se-[Okukhethwe ku-TV] noma [Guide wohlobo]. Kungenzeka ungabi nakho lokhu ngenxa yohlobo/yesifundazwe/yezwe lakho. Futhi ungashintsha uhlu lwezinhlelo ukuze ubone [Uhlu Lwezihloko Olurekhodiwe] (kumamodeli okurekhoda e-USB HDD kuphela) noma [Uhlu Lwesibali-sikhathi].

  1. Gxila entweni engakwesobunxele kakhulu, bese uya ngakwesobunxele futhi ukuze uvule imenyu.
  2. Khetha uhlelo oluthandayo esiqondisweni noma ohlwini.

Ukusebenzisa imisebenzi ekhethekayo

  1. Njengobauhlu lwezinhlelo luveziwe, cindezela inkinobho ACTION MENU bese ukhetha okufunayo.