Phrinta

Ukuxhuma ikhomphyutha nokubuka izinto ezingaphakathi

Ukuxhuma kukhompyutha

Sebenzisa ikhebuli le HDMI ukuxhuma ikhompyutha yakho ku-TV.

Illustration of the connection method
  1. Ikhompyutha
  2. HDMI ikhebuli (ayinikiwe)*

* Yenza isiqiniseko ukuthi usebenzisa ikhebula evunyelwe ye-HIGH SPEED HDMI enelogo ye-HDMI.

Ukuhlola izici zesiginali yevidiyo

Ukubuka udaba olugcinwe kukhompyutha

Emva kokuxhuma ikhompyutha, cindezela inkinobho HOME bese ukhetha okokufaka lapho ikhompyutha ixhunywe khona.

Ukuze uhlole amafomethi wamafayela asekelwayo

Qaphela

  • Ukuze ube nekhwalithi yesithombe ephezulu, sincoma ukuthi uhlele ikhompyutha yakho kumasiginali okuphumayo evidiyo ngokuvumelana nenye yamasethingi ashiwo “Izici zesiginali yevidiyo yekhompyutha”.
  • Kuya ngomumo woxhumano, umfanekiso ungase ufiphale noma ungabonakali kahle. Kulesi simo, shintsha amasethingi ekhompyutha, bese ukhetha enye isiginali yokufakwayo ohlwini oluthi “Izici zesiginali yevidiyo yekhompyutha”.