Phrinta

Ukukhetha kokufaka

Ukuze usebenzise amadivayisi (njenge-Blu-ray/DVD isidlali noma idrayivu ye-USB) exhunywe ku-TV, noma ubuka i-TV ngemuva kokusebenzisa, shintsha okokufaka.

  1. Cindezela inkinobho (ukukhetha i-input) ngokuphindaphindiwe ukuze ukhethe idivayisi exhunyiwe.

Icebiso

  • Ukushintsha uhlelo noma ukufihla okubonakalisiwe, cindezela ungayeki inkinibho u- (Enter) kusilawulikude esinaleyonto oyifihlayo egqanyisiwe, futhi i-[Hambisa] kanye ne-[Fihla] izobonakaliswa. Uma ukhetha i-[Hambisa], sebenzisa (Esobunxele) / (Esokudla) kusilawulikude ukuyisa okuthile endaweni oyifisayo, bese ucindezele inkinobho u- (Enter) kusilawulikude.
  • Ungabuyela emsakazweniwe-TV ngokumane ucindezele inkinobho TV kurimothi yakho.

Ukuphuma kuMenyu Yasekhaya

  1. Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha umthombo wentambo kusuka ku-[Okokufaka].