Phrinta

Igcina i-TV ibuyekeziwe

I- TV ithola idatha njengemihlahlandlela yohlelo noma isofthiwe yokulanda (uma i-[Ukuland. Software Okuzenzekelay.] ivunyelwe) ngenkathi ikumodi yokuma. Ukuze ugcine i-TV yakho ibuyekeziwe, sincoma ukuthi uvale i-TV yakho ngendlela evamile ngokuthi usebenzise inkinobho yamandla kurimothi noma i-TV.