Phrinta

Izici zokufinyeleleka

Le TV inezici ezisiza umsebenzisi [Ukufinyeleleka] njengokuguqula umbhalo ube yinkulumo emibhalweni esesikrinini, ukukhulisa umbhalo ukuze kube lula ukuwufunda, kanye nezihlokwana.

Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Ukufinyeleleka] ukuze uhlele izici zokusiza umsebenzisi.

Icebiso

  • Ukuze usebenzise isici sokushintsha umbhalo ube yinkulumo Kumhlahlandlela Wosizo, bheka Umhlahlandlela Wosizo kuwebhusayithi yosekelo ye-Sony usebenzisa ikhompyutha noma i-smartphone.

    http://www.sony-asia.com/support/
    QR code for the Sony support website
    http://www.sony-asia.com/support/