Ukuxhuma ikhomphyutha nokubuka izinto ezingaphakathi
Ukuxhuma kukhompyutha
Sebenzisa ikhebuli le HDMI ukuxhuma ikhompyutha yakho ku-TV.
- Ikhompyutha
- HDMI ikhebuli (ayinikiwe)*
* Yenza isiqiniseko ukuthi usebenzisa ikhebula evunyelwe ye-HIGH SPEED HDMI enelogo ye-HDMI.
Ukuhlola izici zesiginali yevidiyo
Ukubuka udaba olugcinwe kukhompyutha
Emva kokuxhuma ikhompyutha, cindezela inkinobho HOME bese ukhetha okokufaka lapho ikhompyutha ixhunywe khona.
Ukuze uhlole amafomethi wamafayela asekelwayo
Qaphela
- Ukuze ube nekhwalithi yesithombe ephezulu, sincoma ukuthi uhlele ikhompyutha yakho kumasiginali okuphumayo evidiyo ngokuvumelana nenye yamasethingi ashiwo “Izici zesiginali yevidiyo yekhompyutha”.
- Kuya ngomumo woxhumano, umfanekiso ungase ufiphale noma ungabonakali kahle. Kulesi simo, shintsha amasethingi ekhompyutha, bese ukhetha enye isiginali yokufakwayo ohlwini oluthi “Izici zesiginali yevidiyo yekhompyutha”.