Phrinta

Ukuveza isikrini sikamakhalekhukhwini/sethebulethi ku-TV usebenzisa intambo ye-MHL (MHL amamodeli asekelwayo kuphela)

Uphawu (MHL) oluseduze nembobo ye-HDMI IN 1/MHL (yamamodeli MHL avunyelwe we-2K) noma imbobo HDMI IN 2/MHL (yamamodeli MHL we-4K asekelwayo).

Ukuxhuma ifoni ne-MHL output

Kuma modeli we-2K xhuma ifoni yakho embotsheni HDMI IN 1/MHL ye-TV, usebenzisa intambo ye-MHL.

Kuma modeli we-4K xhuma ifoni yakho embotsheni HDMI IN 2/MHL ye-TV, usebenzisa intambo ye-MHL.

Illustration of the connection method
  1. MHL ifoni
  2. MHL ikhebuli (ayinikiwe)*

* Kumasignali we-2K, yenza isiqiniseko ukuthi usebenzisa ikhebula evunyelwe MHL2 yentambo enelogo ye-MHL.
Kumamodeli we-4K, yenza isiqiniseko ukuthi usebenzisa ikhebula evunyelwe MHL3 enelogo ye-MHL. Uma ifoni yakho MHL ivumela i-4K output, sebenzisa intambo 3 egunyaziwe MHL.

Ukubuka okugcinwe kuyifoni nge-MHL output

  1. Emva kokuxhuma ikhompyutha, cindezela inkinobho HOME bese ukhetha okokufaka lapho ikhompyutha ixhunywe khona.

Ukushintshela kuyi-MHL input ngokuzenzakalelayo

  1. Cindezela HOME inkinobho, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Okufakiwe kwangaphandle] — [Amasethingi e-BRAVIA Sync] — [Ukushintsha kokufakwayo ngokuzenzekelayo (MHL)] — [Vuliwe]. (Kuye ngokwefoni yakho, i-input kungenzeka ingashintshi ngokuzenzakalelayo.) Uma i-TV ikuyimodi ye-standbye, ayikukhanyisa ngokuzenzakalelayo.

Ukushaja ifoni

Uma i-TV ikhanya, i-TV ingashaja ifoni uma kuwukuthi ixhunywe ngentambo ye-MHL.

Qaphela

  • Ama-smartphones/tablets asebenzisa i-MHL angasebenzisa lokhu.

Icebiso

Uma i-[I-MHL iyashaja ngesikhathi sokungenzi lutho] isethwe ku-[Vuliwe], i-TV ingashaja MHL isisetshenziswa esixhunyiwe uma i-TV ikuyimodi ye-standbye.

Cindezela HOME inkinobho, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Okufakiwe kwangaphandle] — [Amasethingi e-BRAVIA Sync] — [I-MHL iyashaja ngesikhathi sokungenzi lutho] — [Vuliwe].