Phrinta

Ukubukezwa olubukeziwe

Sony izokunikeza uhlelo olusesimweni samuva njalo ukuze ukwazi ukuthuthukisa ukusebenza kwe-TV yakho. Indlela ephumelela kakhulu yokuthola uhlelo lwakamuva ngesikathi ukuthi uxhume i-TV yakho ku-Inthanethi.

Ibeke esimweni sokuthi izithathele uhlelo lwakamuva ngokuzenzakalelayo

Ukuze uvumele [Ukuland. Software Okuzenzekelay.], cindezela inkinobho HELP, bese ukhetha [Isibuyekezo Se-software Yesistimu] — [Ukuland. Software Okuzenzekelay.].

Icebiso

  • Ukuze ubuyekeze isofthiwe ngokwenza, khetha i-[Hlola isibuyekezo se-software yesistimu].
  • Uma ungafisi ukuthuthukisa isofuthiwe ngokuzenzakalelayo, vala i-[Ukuland. Software Okuzenzekelay.].

Ukuthuthukisa isofthiwe ngedivayisi yestoreji se-USB

Uma ungenayo inethiwekhi, ungakwazi ukuzithathela loluhlelo lwakamuva usebenzisa idivayisi yokuthwala izinto i-USB. Sebenzisa ikhomphyutha yakho ukuze udawunilode uhlelo lwakamuva engosini yosizo yakwa Sony ulufake kudivayisi yakho ye-USB. Faka idivayisi yakho ye-USB embotsheni yakhona ku-TV, loluhlelo luzoqala ukusebenza ngokuzenzakalelayo.

Uma uzobukeza uhlelo lwe-TV yakho usebenzisa i-USB, kubelwe ufunde izixwayiso zokubukeza nge-USB engosini.

Ukuze uthole okwengeziwe ngekhasi losizo, sicela ubheke lolukhasi Ikhasi Losizo.