Phrinta

Isithombe esifiphele./Iziphenyi zesikrini.

Hlola uxhumo nendawo ye-antenna (aerial) namadivayisi e-peripheral

  • Bheka isinikimaza (eriyeli)/intambo exhunyiwe.
  • Gcina intambo yesinikimaza (eriyeli)/ikhebuli ikude nezinye izintambo zokuxhuma.
  • Lapho ufaka enye idivayisi, vula isikhala phakathi kwayo ne-TV.
  • Qiniseka ukuba isinikimaza (eriyeli) ixhunyiwe kusetshenziswa intambo yezinga eliphakeme elingu-75-ohm.

Hlola isethingi [Ukunyakaza]

  • Cindezela ACTION MENU inkinobho, bese khetha [Isithombe] — [Amasethingi athuthukile] — [Ukunyakaza] — [Motionflow] — [Okuvamile] noma [Cishiwe]. ([Motionflow] yezinhlobo ezifanele kuphela)
    [Motionflow] amamodeli ahambisanayo ane-[Motionflow] ku [Izilungiselelo] — [Umbukiso][Isithombe] — [Amasethingi athuthukile] — [Ukunyakaza].
  • Shintsha amasethingi akhona manje e-[Imodi yefilimu] uwase kwamanye amasethingi.
    Cindezela ACTION MENU inkinobho, bese ukhetha [Isithombe] — [Amasethingi athuthukile] — [Ukunyakaza] — [Imodi yefilimu].
  • Hlola [Ukuhlela izinhlelo mathupha] amasethingi.
    Cindezela inkinobho u-HOME, bese ukhethe [Izilungiselelo] — [Ukusethwa Kweshaneli] — [Ukusethwa kwe-Analogue] — [Ukuhlela izinhlelo mathupha].
    • Beka i-[LNA] ku-[Cishiwe] ukuze ithuthukise ubuhle besithombe. ([LNA] kungenzeka ungayitholi kuye ngesimo/isifundazwe/indawo.)
    • Yenza [AFT] ukuze uthuthukise isithombe analogi phambili.
      (Ukutholakala [Ukuhlela izinhlelo mathupha] nezinto ongazikhetha zingahluka kuye ngendawoo/izwe/isimo.)