Phrinta

Awukho umbala/Isithombe simnyama/Umbala awushayi khona/Isithombe sigqame kakhulu.

Ungalungisa ithoni yombala, ukukhanya, ikhwalithi yesithombe ku-TV yakho kusuka ku-[Isithombe].

  • Cindezela inkinobho ACTION MENU, bese ukhethe [Isithombe] ukwenza ushintsho
  • Uma ufuna ukusetha kabusha [Isithombe] amasethigi, cindezela inkinobho ACTION MENU, bese ukhethe [Isithombe] — [Amasethingi athuthukile] — [Hlela kabush.].
  • Uma usetha [Ukonga Amandla] kuya [Phansi] uyisa [Phezulu], umbala omnyama uzoba muhle. Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha i-[Izilungiselelo] — [Amandla] — [I-Eco] — [Ukonga Amandla] ku-[Cishiwe] ukuze ukhanyise isikrini.

Qaphela

  • Ikhwalithi yesithombe incike kusignali nokuqukethwe.
  • Ikhwalithi yesithombe ingathuthuka uma uyishintsha ku-[Isithombe] ngaphansi kokuthi [Izilungiselelo].
    Cindezela inkinobho ACTION MENU, khetha [Isithombe] — [Amasethingi athuthukile], futhi uhlele kabusha [Ukugqama] noma [Ukuhluka].