Phrinta

Ayizwakali kahle.

  • Bheka isinikimaza (eriyeli)/intambo exhunyiwe.
  • Gcina intambo yesinikimaza (eriyeli)/ikhebuli ikude nezinye izintambo zokuxhuma.
  • Gcina i-TV ikude nemithombo yomsindo efana nezimoto, imishini wokomisa izinwele, amayunithi we-Wi-Fi, amaselula, noma amadivayisi wokubona.
  • Lapho ufaka idivayisi yokuzikhethela, shiya isikhala phakathi kwedivayisi ne-TV.
  • Lungisa [AFT] ku [Ukuhlela izinhlelo mathupha] ukuze uthuthukise ukuzwakala kwe-analogi.
    (Ukutholakala [Ukuhlela izinhlelo mathupha] nezinto ongazikhetha zingahluka kuye ngendawoo/izwe/isimo.)
  • Beka i-[Isicwengi Se-Audio] ku-[Phansi] noma [Phezulu] ukuze uthuthukise ukuzwakala kwe-analogi. ([Isicwengi Se-Audio] kungenzeka ingatholakali kuye ngesifundazwe/indawo.)