Phrinta

Ungaxhuma ku-inthanethi, kodwa hhai kwezinye izinhlelo namasevisi.

  • Kungenzeka isikhathi nosuku lwale TV azinembile. Kuye ngezinye izinhlelo namasevisi, ungahle ungakwazi ukuxhuma kulezo zinhlelo namasevisi uma isikhathi singalungile.
    Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Idethi nesikhathi] — [Idethi nesikhathi ezizenzakalelayo] — [Sebenzisa isikhathi senethwekhi] ukuze ulungise ngokuzenzakalelayo isikhathi ngenethiwekhi.
  • Bheka ukuthi intambo ye-LAN noma intambo yamandla e-AC (umthombo oyinhloko) yerutha/modemu* ixhunywe kahle yini.
    * Irutha/imodemu yakho kufanele iqale ngokusethwa ukuze ixhume i-inthanethi. Xhumana nomhlinzeki wesevisi yakho ye-Inthanethi mayelana namasethingi we-routher/imodemu.
  • Zama ukusebenzisa izinhlelo ngemva kwesikhathi. Iseva yomhlinzeki wokuqukethwe kungenzeka ayisebenzi.

Icebiso

  • Ngolwazi olubanzi, sicela uvakashele iwebhusayithi yosekelo ye-Sony.
    Ikhasi Losizo