Phrinta

I-TV ayikwazi ukuxhumana nedivayisi ofuna ukuyiveza kuyo noma leyo divayisi ayinaso isici sokusebenza Njengesibuko.

  • Uma ukuxhuma idivayisi ye-Miracast (isib., i-laptop) kungaphumeleli, cindezela inkinobho (Ukukhetha i-input), bese ukhethe [Ukulinganisa izihenqo] ukuze uveze isikrini saleyo divayisi ofuna isebenze njengesibuko bese uzama ukuyixhuma futhi.
  • Uma usebenzisa Ukulinganisa izihenqo ngenye idivayisi, cisha kuqala Ukulinganisa izihenqo bese uyazama futhi.