Phrinta

Kuvela umsindo wokushishiza noma isithombe esimnyama kuphela esikrinini.

  • Hlola ukuthi ukushuna ngokuzenzakalelayo kwenziwe yini.
  • Bheka ukuthi intambo yesinikimaza (eriyeli) ayiphukanga yini noma ayigobekanga.
  • Bheka ukuthi intambo yesinikimaza (eriyeli) ayidlulelwanga yisikhathi sokulungiseka kwayo (okuyiminyaka engu-3 ukuya ku-5 yokusetshenziswa kwayo okuvamile, unyaka owodwa noma emibili endaweni engasolwandle).