Phrinta

Angekhe ukwazi ukurekhoda./Ayirekhodekanga. (Amamodeli okurekhoda e-USB HDD kuphela)

Amamodeli okurekhoda e-USB HDD ane-[Ukusetha idivayisi yokurekhoda] ku-[Izilungiselelo] — [Ukubuka i-TV].

  • Uma ingaphumeleli ukurekhoda, isizathu sizobe sibhaliwe ku [Uhlu Lwamaphutha Okurekhoda]. Cindezela inkinobho TITLE LIST, bese ukhetha [Uhlu Lwamaphutha Okurekhoda].
  • Bheka isikhala esisele ku-HDD. Uma kusele isikhala esincane kakhulu, sula izinto ongazidingi.
  • Lezi zinhlelo cezilandelayo angeke zirekhodeke.
    • Izinhlelo ezivikelwe ekukopishweni
    • Ze-analogiizinhlelo
    • Izinhlelo ezivela kokuxhunyiwe (kuhlanganisenezinhlelo zamabhokisi axhunyiwe)
    • Izinto ezibukelwa bukhoma
  • Isithungathi sesikhathi sokurekhoda kungenzeka singasebenzi uma isikhathi sokusakaza uhlelo sishintshile.