Phrinta

I-TV yakho ayikwazi ukuxhumana neseva.

  • Hlola intambo kagesi ye-LAN noma ukuxhumana okungenantambo kwiseva ne-TV yakho.
  • Hlola ukuthi inethiwekhi imiswe kahle yini kwi-TV yakho.
  • Hlola intambo kagesi yakho ye-LAN/ukuxhumana okungenantambo noma iseva yakho. Kungenzeka i-TV ilahlekelwe ukuxhumana neseva.
  • Yenza lokhu [Ama-diagnostic eseva] ukuze uhlole ukuthi iseva yakho yemidiya ixhumana kahle ne-TV. Cindezela HOME inkinobho, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Inethiwekhi ne-inthanethi] — [Ukusethwa kwenethwekhi yasekhaya] — [Ama-diagnostic eseva].