[Izintandokazi zedivayisi]
- Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha [Izilungiselelo] — [Izintandokazi zedivayisi] — okuyinto ofuna ukuyikhetha.
Izinketho ezitholakalayo
- [Mayelana]
- Ibonisa ulwazi olumayelana ne-TV.
- [Idethi nesikhathi]
- Lungisa isikhathi samanje.
- [Ulimi/Language]
- Ikhetha ulimi lwemenyu. Ulimi olukhethiwe lemenyu luzosethwa ulimi olukwazi ukuhlonza izwi.
- [Ikhibhodi]
- Ilungisa amasethingi wekhibhodi ekwiskrini.
- [Umsindo]
- Iqaphela [Imisindo yesistimu] isethingi.
- [Isitoreji]
- Ishintsha amasethingi aphathelene nesilondolozi sedatha.
- [Isikrini sasekhaya]
- Yenza ngokwezifiso amashaneli aboniswe ku-[Isikrini sasekhaya] bese uhlunge izinhlelo.
- [Umsizi we-Google]
- Ilungisa amasethingi osesho.
- [Chromecast Android Shell]
- Ukukuvumela ukusakaza izinhlelo zokuzijabulisa ozithandayo anye nezinhlelo zomakhalekhukhwini, i-tablet noma ikhompyutha ephathwayo kuyi-TV yakho.
- [Isigcini sihenqo]
- Lungisa amasethingi ekhibhodi ekwiskrini.
- [Indawo]
- Ilungisa amasethingi wendawo ukuthola indawo yomsebenzisi.
- [Ukusetshenziswa nokuxilongwa]
- Ngokuzenzakalelayo ithumela imininingwane yokutholakele ku-Google, njengemibiko yokuhluleka kanye nemininingwane esentshenzisiwe emshinini wakho, uhlelo, kanye Chromecast built-in.
- [Ukufinyeleleka]
- Ilungisa amasethingi wezici zokufinyelela namasevisi wokusiza abasebenzisi ukuzulisa amadivayisi wabo kalula kakhulu.
Ungavula amakhebushini wenzele ama-app astrinywayo lapha (kuma-app asekelwayo kuphela), bese ulungisa ukungabonakali kahle kumakhebushini abonakalayo (isebenza kumakhebushini ezici ze-TV ezithile kuphela). - [Qala phansi]
- Qala kabusha i-TV ngaphandle kokushintsha amasethingi omsebenzisi.