[Isithombe]
Lungisa amasethingi wesithombe anjengokuGqama, Umbala, kanye ne-Hue.
![Ukuchaza [Okuvamile] uhlelo lwesithombe](images/picturemode_standard_400px.png)

![Ukuchaza [Ngokugqamile] uhlelo lwesithombe](images/picturemode_vivid_400px.png)
- Cindezela inkinobho HOME, bese ukhethe [Izilungiselelo] — [Amasethingi e-BRAVIA] — [Isithombe] — inketho oyithandayo.
Izinketho ezitholakalayo
- [Imodi Yesithombe]
- Shintsha ikhwalithi yesithombe ngokuya ngokuqukethwe okubukile njengamamuvi noma ezemidlalo.
- [Ukugqama]
- Lungisa ukukhanya ookungemuva ukubonisa imibala emhlophe egqamile nemnyama bhuqe.
- [Umbala]
- Lungisa izinga lokujula kombala.
- [Okuthuthukile]
- Ngena kokukhethwayo okuthuthukiselwe ukwenza isithombe sibe ngcono.
Icebiso
- Ungaphinde uveze u [Isithombe] ngokuchofoza inkinobho ethi
(Amasethingi asheshayo) ngesikhathi usabukela i-TV, bese ukhetha [Amasethingi esithombe].