Ungaxhuma ku-inthanethi, kodwa hhai kwezinye izinhlelo namasevisi.
- Kungenzeka isikhathi nosuku lwale TV azinembile. Kuye ngezinye izinhlelo namasevisi, ungahle ungakwazi ukuxhuma kulezo zinhlelo namasevisi uma isikhathi singalungile.
- Bheka ukuthi intambo ye-LAN noma intambo yamandla e-AC (umthombo oyinhloko) yerutha/modemu* ixhunywe kahle yini.
- Irutha/imodemu yakho kufanele iqale ngokusethwa ukuze ixhume i-inthanethi. Xhumana nomhlinzeki wesevisi yakho ye-Inthanethi mayelana namasethingi we-routher/imodemu.
- Zama ukusebenzisa izinhlelo ngemva kwesikhathi. Iseva yomhlinzeki wokuqukethwe kungenzeka ayisebenzi.
Icebiso
- Ngolwazi olubanzi, sicela uvakashele iwebhusayithi yosekelo ye-Sony. Ikhasi Losizo