Ukubhalisa idivayisi ye-USB HDD (Ngohlobo lokurekhoda lwe-USB HDD kuphela)
Khetha i- embhalweni ukuze weqele esikrinini esihlobene samasethingi.
Amamodeli okurekhoda e-HDD ye-USB ane-[Ukusetha idivayisi yokurekhoda] ku- [Izilungiselelo].
Xhuma idivayisi ye-USB HDD ku-TV ukuze ukwazi ukurekhoda umsakazo ngedijithali.
Xhuma idivayisi ye-USB HDD embobeni ye-USB ye-TV ebhalwe “HDD REC” (uma kunembobo ye-USB eluhlaza sasibhakabhaka, esekela ukurekhoda nge-HDD).
Qaphela
- Lesi sici sitholakala ezinhlobweni ezithile kuphela e-Europe, e-Australia ne-New Zealand.
- Idivayisi ye-USB HDD
- Intambo ye-USB (ayizi nayo)
- Xhuma i-USB yesisetshenziswa se-HDD kuyi-USB3 port (eluhlaza okwesibhakabhaka) ephawuliwe “HDD REC” kuyi-TV yakho.
Kumamodeli we-2K, yixhume kuyi-USB2 port. - Vula idivayisi yakho ye-USB HDD ukuba isebenze.
- Linda kuze kuvele [Idrayivu ye-USB ixhunyiwe] esikrinini.
- Khetha [Bhalisela ukurekhoda].
- Landela iziqondiso ezisesikrinini ukuze ubhalise idivayisi ye-USB HDD.
Qaphela
- Uma umyalezo “Ayikwazi ukuthola i-USB HDD yokuqopha” uvela ngesikhathi sokubhalisa esinyathelweni sesi-4, landela imiyalelo emlayezweni futhi uhlole ukuth idivayisi ye-USB HDD yokurekhoda ixhunyiwe embotsheni ye-USB3 (eluhlaza sasibhakabhaka). (kumamodedli we-2K, xhuma kuyi-USB2 port).
Uma idivayisi ye-USB HDD yokurekhoda ingaqashelwa ngisho nangemuva kokuhlola uxhumano, kufanele uphinde ubhalise idivayisi ye-USB HDD ngoba isibhalisiwe kakade njengedivayisi ngezinjongo ezihlukile kwezokurekhoda ([Isitoreji sedivayisi]). Bheka “Idivayisi ye-USB HDD ayinakubhaliswa. (Ngohlobo lokurekhoda lwe-USB HDD kuphela)” ukuze ubhalise idivayisi ye-USB HDD futhi ukuze irekhode.