Phrinta

Awukho umbala/Isithombe simnyama/Umbala awushayi khona/Isithombe sigqame kakhulu.

Ungalungisa ithoni yombala, ukukhanya, ikhwalithi yesithombe ku-TV yakho kusuka ku-[Isithombe].

  • Cindezela inkinobho (Amasethingi asheshayo), bese ukhetha [Amasethingi esithombe] ukuze ulungise. Uma ufuna okwengeziwe, iya ekhasini a [Isithombe].
  • Uma ufuna ukusetha kabusha amasethingi e-[Isithombe], cindezela inkinobho (Amasethingi asheshayo), bese ukheha [Amasethingi esithombe] — [Okuthuthukile] — [Hlela kabush.].
  • Uma usetha [Ukonga Amandla] kuya [Phansi] uyisa [Phezulu], umbala omnyama uzoba muhle. Cindezela inkinobho HOME, bese ukhetha i-[Izilungiselelo] — [Amasethingi e-BRAVIA] — [I-Eco] — [Ukonga Amandla] ku-[Cishiwe] ukuze ukhanyise isikrini.

Qaphela

  • Ikhwalithi yesithombe incike kusignali nokuqukethwe.
  • Izinga lesithombe lingashintsha uma ulushintsha kwesithi [Isithombe]. Cindezela inkinobho (Amasethingi asheshayo) ukhetha [Amasethingi esithombe] — [Okuthuthukile] — [Ukugqama], bese ulungisa [Ukugqama] noma [Ukuhluka].